Iya ku-Izithombe ze-Google

Izithombe ze-Google

Isitoreji samahhala nokuhlelwa okuzenzakalelayo kwawo onke amamemori akho.

Sinesipele sakho

Yenza isipele isithombe namavidiyo angakhawulelwe mahhala, kufika ku-16MP no-1080p HD. Zifinyelele kusuka kunoma iyiphi ifoni, ithebhulethi, noma ikhompyutha ku-photos.google.com – izithombe zakho zizophepha, zivikeleke, futhi zihlale nawe.

Thola izithombe zakho ngokushesha

Izithombe zakho ziyahlelwa ziphinde zisesheke ngezindawo nezinto ezikuzo - akudingeki ukumaka. Vele useshele "inja" ukuze uthole izithombe zenja yakho.

Yenza isikhala samamemori amaningi

Ungalokothi ukhathazeke mayelana nokuphelelwa isikhala kufoni yakho futhi. Izithombe ezenziwe isipele ngokuphepha zingasuswa kusukela kusitoreji sedivayisi yakho ngokuthepha okukodwa nje.

Izithombe zawo wonke umuntu, zigcine zihlangene

Izithombe zephuli nabangani nomndeni zisebenzisa ama-albhamu abiwe. Ngakho-ke awulokothi uphuthelwe isikhathi, noma ngabe ubani unayiphi idivayisi.

Thola uhlelo lokusebenza lwezithombe oluhlakaniphe njengawe

Umkhiqizo ohamba phambili Emhlabeni
The Verge
Izithombe ze-Google wuhlelo lokusebenza lwakho lwesithombe esisha elibalulekile
Wired
Zama izithombe ze-Google Thola izithombe ze-Google